Zibanjwa zisemaphuphu

Zibanjwa zisemaphuphu in english means that the kids need to be shown the right way while they are still young.

Zibanjwa zisemaphuphu incazelo kuchazwa ukuthi izingane kumele zifundiswe indlela eyiyona zisencane zingakakhuli. Nika ingane izeluleko ezakhaya isakhula. Ingane uyinika izeluleko isencane ngoba yaze yakhula kubanzima ukuyifaka endleleni okuyiyonayona okumele iziphathe ngayo,kungaba efomfana noma eyentombazane. Umuntu ululekwa esemncane ngoba uma esemdala akulula ukuthatha iziyalo ngoba usuke esezitshela uhlakaniphile wazi konke.

Kusho ukuthini ukuthi zibanjwa zisemaphuphu kuchaza ukuthi ngalenkathi umuntu engenalo ulwazi olunzulu ufundiseka kalula. Umtwana uqondiswa esemncane Noma ufundiswa esemncane. Kusho ukuthi ingane uboyqondisa isencane. Lokhu kukhona: zulu, xhosa, ndebele.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Iziwasho nemithi

Izithakazelo

Izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo